2 Samuweli 18:9 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE9 U-Abisalomu wasuka wahlangana nezinceku zikaDavide. U-Abisalomu wayekhwele umnyuzi* wakhe, umnyuzi wangena phansi kwehlozi le-oki,* ikhanda lakhe labambelela e-okini, waphakanyiselwa emkhathini wezulu nomhlaba; umnyuzi obuphansi kwakhe wadlula. Uka jalj uñjjattʼätaIsiZulu 20209 U-Absalomu wethuka ehlangana nezinceku zikaDavide. U-Absalomu wayegibele umnyuzi. Umnyuzi wangena phansi kwehlozi elicinene lamagatsha omu-okhi, u-Absalomu wagaxela ngezinwele kuwo, walenga emoyeni, umnyuzi abewugibele wedlula, wamshiya kanjalo. Uka jalj uñjjattʼätaContemporary Zulu Bible 20249 U-Abisalomu wahlangana nezinceku zikaDavide. U-Abisalomu wayegibele umnyuzi, umnyuzi wangena ngaphansi kwegatsha eliwugqinsi lomuthi wesopiloni, ikhanda lakhe labamba isihlahla sobululu, waphakanyiselwa phakathi kwezulu nomhlaba; umnyuzi owawungaphansi kwakhe wahamba. Uka jalj uñjjattʼäta |