Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia
- Anuncios ukanaka -




2 Samuweli 15:34 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

34 kepha uma ubuyela emzini, uthi ku-Abisalomu: ‘Ngiyakuba yinceku yakho, nkosi; kade ngiyinceku kayihlo, manje ngiyakuba yinceku yakho,’ khona uyakungishafisela amasu ka-Ahithofeli.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IsiZulu 2020

34 kodwa uma ubuyela emzini ufike uthi ku-Absalomu: ‘Sengizokuba yinceku yakho manje njengoba bengiyinceku kayihlo, manje sengizoba ngeyakho,’ ngokwenza lokho nje uyokwazi ukungibhuntshisela amasu ka-Ahithofeli.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

Contemporary Zulu Bible 2024

34 Kepha uma ubuyela emzini, uthi ku-Abisalomu: ‘Ngiyinceku yakho, nkosi; njengalokhu ngangiyinceku kayihlo kuze kube manje, ngiyakuba-yinceku yakho manje; khona-ke ungangehlula isiluleko sika-Ahithofeli.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




2 Samuweli 15:34
5 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

Ufikile izolo nje; ngikuzulazulise nathi yini namuhla, ngisahamba lapho ngiya khona, na? Buya wena, ubuyise nabafowenu; umusa neqiniso makube nawe.”


Bhekani, ngiyanithuma ninjengezimvu phakathi kwezimpisi; ngakho-ke hlakaniphani njengezinyoka, nibe mnene njengamajuba.


uyakwenza kulo i-Ayi nenkosi yalo njengalokho wenza kulo iJeriko nenkosi yalo; impango yalo kuphela nezinkomo zalo niyakuziphangela khona. Wuqamekele umuzi emva kwawo.”


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka