Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia
- Anuncios ukanaka -




2 Samuweli 14:7 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

7 Bheka, umndeni wonke usuvukele incekukazi yakho; bathi: ‘Sinike yena owashaya umfowabo ukuba simbulale ngenxa yomphefumulo womfowabo, sichithe indlalifa.’ Bayakucima kanjalo ilahle lami eliseleyo, bangabe besashiyela indoda yami igama nensali ebusweni bomhlaba.”

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IsiZulu 2020

7 Manje umndeni wonke usuvukele incekukazi yakho; uthi: ‘Letha lowo owabulala umfowabo ukuba simbulale naye ngenxa yomphefumulo womfowabo, siyakuyibhubhisa indlalifa.’ Bayakulicima kanjalo-ke ilahle lami eliseleyo, bangabe besayishiyela indoda yami igama nensali ebusweni bomhlaba.”

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

Contemporary Zulu Bible 2024

7 Bheka, wonke umndeni wavukela inceku yakho, wathi: ‘Sinike oshaye umfowabo, ukuze simbulale ngenxa yomphefumulo womfowabo ambulele; futhi siyobhubhisa indlalifa, futhi kanjalo bayocisha ilahle lami elisele futhi bangashiyi gama noma insali emhlabeni kumyeni wami.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




2 Samuweli 14:7
9 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

kusuke kuwe ukuthukuthela komnewenu, akhohlwe lokho okwenze kuye, bese ngithuma ngikulande khona; ngizakwaphucwa ngani nina nobabili ngalusuku lunye na?”


Bheka, uyangixosha namuhla ebusweni bomhlaba, ngicashe ebusweni bakho; ngiyakuba ngumhambuma nozulane emhlabeni, ongifumanayo angibulale.”


Amalunga endlu yakhe asuka aya kuye ukumvusa emhlabathini, kepha akavumanga, futhi kadlanga kudla nawo.


Incekukazi yakho yayinamadodana amabili; alwa odwa endle, akwabakho muntu wokulamula, kepha enye yashaya enye, yayibulala.


Inkosi yayisithi kowesifazane: “Yiya endlini yakho; mina ngiyakuyaleza ngawe.”


Umphindiseli wegazi uyakumbulala umbulali uqobo lwakhe; lapho ehlangana naye, uyakumbulala.


“Kepha kwathi abalimi bebona indodana, bakhuluma bodwa, bathi: ‘Lo uyindlalifa; wozani siyibulale, sidle ifa layo.’


Kuyakuthi izibulo alizalayo lilandele egameni lomfowabo ofileyo ukuba igama lakhe lingesulwa kwa-Israyeli.


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka