Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia
- Anuncios ukanaka -




2 Samuweli 13:34 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

34 Kepha u-Abisalomu wabaleka. Insizwa elindayo yaphakamisa amehlo ayo, yabuka; bheka, kwaqhamuka abantu abaningi ngasendleleni yentaba emva kwayo.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IsiZulu 2020

34 U-Absalomu wabaleka. Insizwa eyayiqaphile yaphakamisa amehlo ayo, yabona iqulu labantu liza ngendlela ehamba emva kwentaba.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

Contemporary Zulu Bible 2024

34 Kodwa u-Abisalomu wabaleka. Insizwa engumlindi yaphakamisa amehlo ayo, yabheka, bheka, abantu abaningi bekhuphuka ngomgwaqo ngemuva kwayo.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




2 Samuweli 13:34
6 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

UJonadaba wathi enkosini: “Bheka, amadodana enkosi ayeza; kunjalo njengokusho kwenceku yakho.”


UDavide wayehlezi emkhathini wamasango omabili; umlindi wakhuphukela ophahleni lwesango ngasogangeni, waphakamisa amehlo akhe, wabheka, nanguya umuntu egijima eyedwa.


Umuntu osindwa yigazi lomunye uyakubalekela egodini; makangasizwa muntu.


Kunjengalokhu umuntu ebalekela ingonyama, kuhlangane naye ibhere,* noma engena endlini encike ngesandla odongeni, alunywe yinyoka.


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka