2 Samuweli 10:3 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE3 Kepha izikhulu zabantwana bakwa-Amoni zathi kuHanuni inkosi yazo: “Imbala ngokubona kwakho uDavide uthume abaduduzi kuwe ukuba atuse uyihlo na? UDavide akazithumanga yini izinceku zakhe kuwe ukuba ziphenye umuzi, ziwuhlole, ziwuchithe, na?” Uka jalj uñjjattʼätaIsiZulu 20203 Kepha abaholi babantu bakwa-Amoni bathi kuHanuni, inkosi yabo: “Uma ubheka, ucabanga ukuthi uDavide uthumele abazokududuza ngoba ehlonipha uyihlo na? Akungakho yini ukuba izinceku zakhe zizohlola umuzi, bese ziwubhubhisa na?” Uka jalj uñjjattʼätaContemporary Zulu Bible 20243 Izikhulu zabantwana bakwa-Amoni zathi kuHanuni inkosi yazo: “Ingabe ucabanga ukuthi uDavide uyamdumisa uyihlo lokhu ethumele abaduduzi kuwe na? UDavide akazithumanga yini kuwe izinceku zakhe ukuba ziwuhlole umuzi, ziwuhlole, ziwuchithe na? Uka jalj uñjjattʼäta |