Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia
- Anuncios ukanaka -




1 Samuweli 7:4 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

4 Abakwa-Israyeli base besusa oBali no-Ashitaroti, bamkhonza uJehova yedwa.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IsiZulu 2020

4 Abantu bakwa-Israyeli basusa oBhali no-Ashitharothi, bakhonza uSimakade kuphela.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

Contemporary Zulu Bible 2024

4 Abantwana bakwa-Israyeli babalahla oBali no-Ashitaroti, bakhonza uJehova yedwa.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




1 Samuweli 7:4
11 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

ngokuba bangishiyile, bakhuleka ku-Ashitaroti unkulunkulukazi wamaSidoni, nakuKemoshi unkulunkulu wakwaMowabi, nakuMilkomu unkulunkulu wabakwa-Amoni, abahambanga ngezindlela zami ukwenza okulungile emehlweni ami, nezimiso zami, nezahlulelo zami njengoDavide uyise.


USolomoni walandela u-Ashitaroti unkulunkulukazi wamaSidoni noMilkomu isinengiso sabakwa-Amoni.


uma bephendukela kuwe ngayo yonke inhliziyo yabo nangawo wonke umphefumulo wabo ezweni lezitha zabo ezabathumba, bakhuleke kuwe bebhekene nezwe lakubo owalinika oyise, umuzi owukhethileyo, nendlu engiyakhele igama lakho,


I-altare elaliseBethele, nendawo ephakemeyo eyenziwe nguJerobowamu indodana kaNebati owonisa u-Israyeli, nalelo altare kanye nendawo ephakemeyo yakudiliza, yayishisa indawo ephakemeyo, yayicolisisa yaba yincushuncushu, yashisa no-Ashera.*


I-Asiriya aliyikusisindisa, asisayikukhwela amahhashi, singasasho kuyo imisebenzi yezandla zethu ukuthi ngonkulunkulu bethu, ngokuba intandane iphiwa umusa kuwe.”


Efrayimi, ngisenendabani nezithombe na? Mina ngiyakumphendula, ngimbheke; nginjengomsayipuresi* oluhlaza, kimina izithelo zakho ziyafunyanwa.”


Abantwana bakwa-Israyeli benza okubi emehlweni kaJehova, bakhonza oBali;


Bamshiya-ke uJehova, bakhonza oBali no-Ashitaroti.


USamuweli wakhuluma kuyo yonke indlu ka-Israyeli, wathi: “Uma nibuyela kuJehova ngayo yonke inhliziyo yenu, susani kini onkulunkulu babezizwe no-Ashitaroti, nibhekise izinhliziyo zenu kuJehova, nimkhonze yena yedwa; uyakunophula esandleni samaFilisti.”


USamuweli wathi: “Buthani wonke u-Israyeli eMispa; ngiyakunikhulekela kuJehova.”


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka