Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia
- Anuncios ukanaka -




1 Samuweli 26:17 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

17 USawule walazi izwi likaDavide, wathi: “Yizwi lakho leli, ndodana yami Davide, na?” UDavide wathi: “Yizwi lami, nkosi yami, nkosi.”

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IsiZulu 2020

17 USawule walazi izwi ukuthi ngelikaDavide, wathi: “Yizwi lakho lelo, ndodana yami Davide na?” UDavide wathi: “Yizwi lami, nkosi yami, nkosi.”

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

Contemporary Zulu Bible 2024

17 USawule walazi izwi likaDavide, wathi: “Yizwi lakho leli, ndodana yami Davide? UDavide wathi: “Nanti izwi lami, nkosi yami, nkosi;

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




1 Samuweli 26:17
4 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

Wayibona, wathi: “Yiyo ingubo yendodana yami; isilwane esibi simdlile; yebo, uJosefa udatshuliwe nokudatshulwa.”


Kwathi uDavide eseqedile ukukhuluma lawo mazwi kuSawule, uSawule wathi: “Yizwi lakho leli, ndodana yami Davide, na?” USawule wadazuluka, wakhala.


Wayesethi kuDavide: “Ulungile kunami, ngokuba wena ungiphindisele ngokuhle, kepha mina ngikuphindisele ngokubi.


Naye uDavide wasuka ngasemuva, waphuma emhumeni, wamemeza emva kukaSawule, ethi: “Nkosi yami, nkosi!” USawule wabheka emuva, uDavide wakhothamela phansi ngobuso, wakhuleka.


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka