Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia
- Anuncios ukanaka -




1 Samuweli 15:5 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

5 USawule wafika emzini ka-Amaleki, waqamekela esigodini.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IsiZulu 2020

5 USawule wafika emzini wama-Amaleki, wawacuthela esigodini.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

Contemporary Zulu Bible 2024

5 USawule wafika emzini ka-Amaleki, walala phansi esigodini.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




1 Samuweli 15:5
4 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

Wathatha amadoda kungathi izinkulungwane eziyisihlanu, wawaqamekelisa phakathi kweBethele ne-Ayi ngasentshonalanga komuzi.


Wawayala ngokuthi: “Bhekani, niyakuwuqamekela umuzi, emva komuzi, ningayi kude kakhulu nomuzi, nihlale nilungele nonke.


USawule wayesebiza abantu, wababala eThelayimi, izinkulungwane ezingamakhulu amabili zemigundatshani nezinkulungwane eziyishumi zabantu bakwaJuda.


USawule wathi kumaKheni: “Hambani nimuke, nehle kuwo ama-Amaleki, funa nginichithe kanye nawo, ngokuba nabenzela umusa bonke abantwana bakwa-Israyeli ekukhuphukeni kwabo eGibithe.” Ayesesuka amaKheni phakathi kwama-Amaleki.


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka