1 Samuweli 11:11 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE11 Kwathi ngangomuso uSawule waviva abantu ngezigaba ezintathu; bafika phakathi kwekamu* ngomlindo wokusa, babulala abakwa-Amoni, laze lashisa ilanga; kwathi abaseleyo bahlakazeka, akusalanga kubo ababili bendawonye. Uka jalj uñjjattʼätaIsiZulu 202011 Ngakusasa uSawule wabahlela abantu wabamisa izigaba ezintathu. Bangena enkanjini yakwa-Amoni ekuthatheni kokusa, babulala abakwa-Amoni laze laphakama ilanga. Abasalayo basakazeka bagcwala iziganga, akusalanga kubo ababili bendawonye. Uka jalj uñjjattʼätaContemporary Zulu Bible 202411 Kwathi ngangomuso uSawule wabahlukanisa abantu baba izingxenye ezintathu; bangena phakathi kwempi ngomlindo wokusa, babulala ama-Amoni kwaze kwashisa ilanga. Uka jalj uñjjattʼäta |