Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia
- Anuncios ukanaka -




1 Samuweli 10:12 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

12 Kwaphendula umuntu wakhona, wathi: “Ngubani uyise na?” Ngalokho kwaba yisaga ukuthi: “Naye uSawule uphakathi kwabaprofethi na?”

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IsiZulu 2020

12 Umuntu wakhona waphendula, wathi: “Ngubani uyise na?” Lokho kwaba yisaga sokuthi: “Ngabe nguSawule lo ophakathi kwabaphrofethi na?”

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

Contemporary Zulu Bible 2024

12 Wasephendula omunye wakhona wathi: Ngubani uyise wabo? Ngakho kwaba yisaga sokuthi: “Kanti noSawule uphakathi kwabaprofethi na?

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




1 Samuweli 10:12
7 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

Bonke abantwana bakho bayakuba ngabafundi bakaJehova, nokuthula kwabantwana bakho kuyakuba kukhulu.


Kulotshiwe kubaprofethi ukuthi: ‘Bonke bayakuba ngabafundiswe nguNkulunkulu.’ Yilowo nalowo ozwile kuBaba, wafunda, uyeza kimi.


Khona uJesu wabaphendula wathi: “Imfundiso yami akusiyo eyami kodwa ngeyongithumileyo.


Izipho zonke ezinhle neziphiwo zonke ezipheleleyo zivela phezulu, zehla kuYise wokukhanya okungekho kuye ukuguquka nasithunzi sokuphenduka.


Eseqedile ukuprofetha wafika endaweni ephakemeyo.


Wayeseya khona eNayoti eRama; uMoya kaNkulunkulu wehlela naphezu kwakhe, wahambahamba waprofetha, waze wafika eNayoti eRama.


Naye wakhumula izingubo zakhe, waprofetha naye phambi kukaSamuweli, walala phansi enqunu lonke lolo suku nabo bonke lobo busuku. Ngalokho kwathiwa: “Naye uSawule uphakathi kwabaprofethi na?”


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka