URuthe 4:9 - IsiZulu 20209 Wathi kumalunga nakubo bonke abantu ababelapho: “Namhlanje ningofakazi bokuthi ngikuthenge konke okuka-Elimelekhi nalokho okwakungokukaKhiliyoni noMahaloni obekusesandleni sikaNawomi. Uka jalj uñjjattʼätaIBHAYIBHELI ELINGCWELE9 UBowazi wayesethi kumalunga nakubantu bonke: “Ningofakazi namuhla ukuthi ngithengile konke okwakungokuka-Elimeleki, nakho konke okwakungokukaKiliyoni nokukaMahaloni esandleni sikaNawomi. Uka jalj uñjjattʼätaContemporary Zulu Bible 20249 UBhowazi wayesethi emadodeni amadala nakubantu bonke: “Ningofakazi namuhla bokuthi ngithenge konke okungokuka-Elimeleki nakho konke okungokukaKiliyoni nokukaMagiloni esandleni sikaNawomi. Uka jalj uñjjattʼäta |