Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia
- Anuncios ukanaka -




URuthe 2:3 - IsiZulu 2020

3 URuthi wayesehamba wafike wakhothoza ensimini lapho kwase kuvunwe khona. Kwenzeka nje wazithola esekhothoza esiqeshini sensimu kaBhowazi, owayengowomndeni ka-Elimelekhi.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

3 Wahamba, waya wakhothoza ensimini emva kwabavuni; kwase kwenzeka ukuba afike esiqeshini sensimu sikaBowazi womndeni ka-Elimeleki.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

Contemporary Zulu Bible 2024

3 Wahamba wafika wadobha ensimini ngemva kwabavuni;

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




URuthe 2:3
10 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

Insizwa eyambikelayo yathi: “Ngithe ngisentabeni iGilibhowa, ngaleso sikhathi uSawule wancika emkhontweni, ngokuba izinqola nabamahhashi babemxine kakhulu.


Kwakukhona umuntu ongalungile, ogama lakhe kunguSheba, indodana kaBhikhiri, umBhenjamini. Wasuka wabetha icilongo, wathi: “Asinasabelo kuDavide, asinafa endodaneni kaJese; hambani nonke niye emathendeni enu, Israyeli.”


Esayilandisa inkosi ukuthi wavusa ofileyo, owesifazane, ondodana yakhe ayeyivusile, wakhala ecela usizo enkosini ngendlu yakhe nangezwe lakhe. Wayesethi uGehazi: “Nkosi yami, nkosi, nguye lo wesifazane; yiyo le indodana yakhe u-Elisha ayivusayo yaphila.”


Akuthengiswa yini imizwilili emibili ngendibilishi na? Nokho akukho namunye oyakuwela phansi ngaphandle kwemvume kaYihlo.


Kwathi kungalindelekile, kwehla umphristi othile ngaleyo ndlela; kuthe lapho embona, wachezuka endleleni.


Kulabo abanjalo, siyabayala, futhi siyabakhuthaza eNkosini uJesu Khristu ukuba basebenze ngokuthula, badle esabo isinkwa.


URuthi wakwaMowabi wathi kuNawomi: “Ngivumele ngihambe ngiye ensimini ukuze ngikhothoze emva kwalowo oyokuba nomusa kimi.” UNawomi wathi kuye: “Hamba ndodakazi yami.”


Esekhona lapho, bheka kwafika uBhowazi evela eBhethlehema wathi kubavuni: “USimakade makabe nani.” Bamphendula bathi: “USimakade makakubusise.”


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka