Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia
- Anuncios ukanaka -




URuthe 2:18 - IsiZulu 2020

18 Wakuthwala ayekukhothozile waya nakho ekhaya. Uninazala wakubona ayekukhothozile; uRuthi wakhipha lokho kudla okwakusale edla wakunika uninazala.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

18 Wakuthatha, wangena emzini; uninazala wabona lokho abekukhothozile; wakhipha, wamnika lokho akushiyile esesuthile.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

Contemporary Zulu Bible 2024

18 Wakuthatha, waya emzini, uninazala wakubona abekuthathile;

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




URuthe 2:18
4 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

Kepha uma umfelokazi enabantwana noma abazukulu, labo-ke mabafunde kuqala ukuhlonipha indlu yakwabo, benze okufaneleyo kubazali babo bekhombisa ukubonga, ngokuba lokho kwamukelekile phambi kukaNkulunkulu.


Ngesikhathi sekudliwa uBhowazi wathi kuye: “Woza lapha uzokudla isinkwa, ugcobhoze ucezu lwakho ewayinini elitshodile.” Wahlala eduze kwabavuni, wamnika utshwele, wadla wasutha kwaze kwasala.


URuthi wakhothoza ensimini kwaze kwahlwa, wayesebhula lokho ayekukhothozile. Kwaba yibhali elinesisindo se-efa elilodwa.


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka