Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia
- Anuncios ukanaka -




URuthe 2:15 - IsiZulu 2020

15 Wayesesukuma eyokhothoza. UBhowazi wayala izinceku zakhe wathi: “Mvumeleni akhothoze nasezithungweni, ningamthethisi.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

15 Esesukile ekukhothozeni uBowazi wayala abafana bakhe, wathi: “Makakhothoze nasezithungwini, ningamkhathazi.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

Contemporary Zulu Bible 2024

15 Esesukuma ukukhothoza, uBhowazi walaya izinsizwa zakhe, wathi: “Myekeni akhothoze naphakathi kwezithungu, ningamkhuzi.”

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




URuthe 2:15
5 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

“ ‘Uma nivuna isivuno sezwe lakini, awuyukuvuna konke emagunjini ensimu yakho, noma ucoshe ngisho okuwe phansi ensimini yakho.


“ ‘Lapho senivuna isivuno sezwe lakini, aniyukuvuna konke emagunjini amasimu enu, aniyukuqeda konke, niyakushiyela abampofu nabafokazi; nginguSimakade uNkulunkulu wakho.’ ”


Kepha uma kukhona omunye phakathi kwenu oswele ukuhlakanipha, makacele kuNkulunkulu obapha bonke ngokungagodli futhi engabalisi; uyakuphiwa lokho.


Ngesikhathi sekudliwa uBhowazi wathi kuye: “Woza lapha uzokudla isinkwa, ugcobhoze ucezu lwakho ewayinini elitshodile.” Wahlala eduze kwabavuni, wamnika utshwele, wadla wasutha kwaze kwasala.


Nimkhiphele nokunye ezithungweni, nimshiyele khona ukuze akhothoze, ningamthethisi.”


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka