Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia
- Anuncios ukanaka -




URuthe 1:7 - IsiZulu 2020

7 Wasuka endaweni ayehlala kuyo nomalokazana bakhe bobabili, bangena indlela bebuyela kwaJuda.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

7 Waphuma endaweni lapho wayekhona, omalokazana bakhe benaye; bahamba ngendlela yokubuyela ezweni lakwaJuda.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

Contemporary Zulu Bible 2024

7 Wayesephuma endaweni lapho ayekhona, omalokazana bakhe ababili kanye naye; basuka babuyela ezweni lakwaJuda.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




URuthe 1:7
6 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

Kwathi isiphelile iminyaka eyisikhombisa, owesifazane wabuya ezweni lamaFilisti. Wahamba wayozikhalela, ecela usizo enkosini ngendlu yakhe nangezwe lakhe.


UMose wavalelisana nomukhwe wakhe, uJethro wahamba wabuyela ezweni lakubo.


Bathi kuye: “Qha, sizohamba nawe sibuyele nawe kubantu bakini!”


Baphinda badazuluka bakhala; u-Orpha wamanga uninazala, kodwa uRuthi wanamathela kuye.


Kuthe eselapho kwaMowabi, uNawomi wezwa ukuthi uSimakade ubahambele abantu bakhe wabapha ukudla, wayeselungiselela ukusuka lapho nomalokazana bakhe.


UNawomi wathi komalokazana bakhe ababili: “Hambani nibuyele emuva, yilowo nalowo abuyele endlini kanina; sengathi uSimakade anganenzela umusa, njengalokhu nani nenzile kubayeni benu, nakimi.


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka