Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia
- Anuncios ukanaka -




URuthe 1:22 - IsiZulu 2020

22 UNawomi nomalokazana wakwakhe uRuthi babuyela kwelakubo besuka kwaMowabi. Bafika eBhethlehema ngesikhathi kuqala ukuvunwa kwebhali.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

22 Wabuya-ke uNawomi kanye noRuthe wakwaMowabi umalokazana wakhe owabuya ezweni lakwaMowabi, bafika eBetlehema ekuqaleni kokuvunwa kwebhali.*

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

Contemporary Zulu Bible 2024

22 Wayesebuya uNawomi, noRuthe wakwaMowabi, umalokazana wakhe, ababebuyile ezweni lakwaMowabi; bafika eBetlehema ekuqaleni kokuvunwa kwebhali.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




URuthe 1:22
6 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

Wabanikela kwabaseGibheyoni, babaphanyeka entabeni phambi kukaSimakade; labo abayisikhombisa bafa kanyekanye. Babulawa ngesikhathi sokuvuna, ngezinsuku zokuqala, kusaqalwa ukuvunwa kwebhali.


“Yisho kubantu bakwa-Israyeli, uthi kubo: ‘Lapho senifikile ezweni engizakuninika lona, senivunile isivuno salo; niyoletha kumphristi isithungo solibo lokuqala lwesivuno senu.


Yena uyakusizungezisa isithungo phambi kukaSimakade ukuze namukeleke. Umphristi uyakusizungezisa ngosuku olulandela isabatha.


URuthi wanamathela ezincekukazini ezazivunela uBhowazi, wakhothoza kwaze kwaba sekugcineni kokuvunwa kwebhali nokolo; wayesehlala noninazala.


Inceku yamphendula yathi: “Yintombazane yakwaMowabi ebuye noNawomi ezweni lakhona.


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka