UNumeri 9:17 - IsiZulu 202017 Noma yinini lapho ifu liphakama ethendeni, abakwa-Israyeli babehamba, kuthi lapho ifu lima khona, nabo bakanise lapho. Uka jalj uñjjattʼätaIBHAYIBHELI ELINGCWELE17 Nalapho ifu lenyuswa etendeni, base behamba abantwana bakwa-Israyeli, nasendaweni lapho ifu lalima khona, lapho abantwana bakwa-Israyeli bamisa khona. Uka jalj uñjjattʼätaContemporary Zulu Bible 202417 Lapho ifu lisuka etabernakele, abantwana bakwa-Israyeli basuka emva kwalo; endaweni lapho ifu lihlala khona, abantwana bakwa-Israyeli bamisa khona amatende abo. Uka jalj uñjjattʼäta |