5 USimakade wakhuluma kuMose, wathi:
5 UJehova wakhuluma kuMose, wathi:
Abafowabo abaLevi banikwa inkonzo yonke yethabanakeli lendlu kaNkulunkulu.
Uthi lwezibani lwalwakhiwe ngegolide elicangcathiweyo, kusukela esinqeni salo kuya ezimbalini zalo. Lalifana nse nomfanekiso uSimakade awubonisa uMose; walwenza kanjalo uthi lwezibani.
“Thatha abaLevi kubantu bakwa-Israyeli, ubahlambulule.
Ngaleso sikhathi uSimakade wehlukanisa isizwana sakwaLevi ukuba sithwale umphongolo wesivumelwano sikaSimakade, nokuba sime phambi kukaSimakade ukumkhonza nokubusisa egameni lakhe, kuze kube namuhla.