Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia
- Anuncios ukanaka -




UNumeri 7:71 - IsiZulu 2020

71 Okomhlatshelo weminikelo yokuthula kwakuyilokhu: izinkabi ezimbili, izinqama eziyisihlanu, izimpongo eziyisihlanu, izimvu zamaduna ezinonyaka eziyisihlanu; yilokho-ke okwanikelwa ngu-Ahiyezeri, indodana ka-Amishadayi.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

71 Okomhlatshelo weminikelo yokuthula nakhu: izinkabi ezimbili, nezinqama eziyisihlanu, nezimpongo eziyisihlanu, nezimvu eziyisihlanu zamaduna ezinomnyaka munye; lokho kwakungumnikelo ka-Ahiyezeri indodana ka-Amishadayi.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

Contemporary Zulu Bible 2024

71 Okomnikelo wokubonga nakhu: izinkomo ezimbili, nezinqama eziyisihlanu, nezinqama eziyisihlanu, nezimvu zamaduna ezineminyaka emihlanu ubudala; lokho kwakungumnikelo ka-Ahieseri indodana ka-Amisadayi.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




UNumeri 7:71
4 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

KwaDani: u-Ahiyezeri indodana ka-Amishadayi.


Ibhanela lenkambu yakwaDani liyakuba ngasenyakatho ngamabandla abo; umholi wabozalo lwabakwaDani kungu-Ahiyezeri indodana ka-Amishadayi.


nempongo ukuze kube ngumnikelo wesono.


Ngosuku lwe-11 kwakunguPhagiyeli, indodana ka-Okhirani, umholi wabozalo luka-Asheri.


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka