Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia
- Anuncios ukanaka -




UNumeri 7:23 - IsiZulu 2020

23 Okomhlatshelo weminikelo yokuthula kwakuyilokhu: izinkabi ezimbili, izinqama eziyisihlanu, izimpongo eziyisihlanu, izimvu zamaduna ezinonyaka eziyisihlanu; yilokho-ke okwanikelwa nguNethaneli, indodana kaZuwari.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

23 Okomhlatshelo weminikelo yokuthula nakhu: izinkabi ezimbili, nezinqama eziyisihlanu, nezimpongo eziyisihlanu, nezimvu eziyisihlanu zamaduna ezinomnyaka munye; lokho kwakungumnikelo kaNethaneli indodana kaSuwari.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

Contemporary Zulu Bible 2024

23 Okomnikelo wokubonga nakhu: izinkabi ezimbili, nezinqama eziyisihlanu, nezinqama eziyisihlanu, nezimvu zamaduna ezineminyaka emihlanu; lokho kwakungumnikelo kaNethaneli indodana kaSuwari.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




UNumeri 7:23
8 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

USolomoni wanikela ngomhlatshelo weminikelo yokuthula, awunikela kuSimakade, izinkunzi eziyizi-22 000, nezimvu eziyizi-120 000. Inkosi nabo bonke abakwa-Israyeli bayibusisa indlu kaSimakade.


“Namuhla ngiyenzile iminikelo yokuthula; ngazigcwalisa izithembiso zami.


Kwa-Isakhare: uNethaneli indodana kaZuwari.


Abakanisa eceleni kwakhe kuyakuba yisizwana sakwa-Isakhare. Umholi wabozalo lwabakwa-Isakhare kuyakuba nguNethaneli indodana kaZuwari;


nempongo ukuze kube ngumnikelo wesono.


Ngosuku lwesithathu kwanikela u-Eliyabe, indodana kaHeloni, umholi wabozalo lukaZebuloni.


UPawula, umphostoli kaKhristu uJesu ngokwentando kaNkulunkulu, noThimothewu umzalwane,


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka