UNumeri 5:15 - IsiZulu 202015 indoda iyakuletha umkayo kumphristi, imlethele umnikelo wakhe, ube okweshumi kwe-efa lempuphu yebhali, ayiyukuthela amafutha kuyo, noma ibeke nenhlaka kuyo, ngokuba kungumnikelo wokusanhlamvu wesikhwele, umnikelo wokusanhlamvu wesikhumbuzo, wokuzikhumbuza ngobubi. Uka jalj uñjjattʼätaIBHAYIBHELI ELINGCWELE15 indoda iyakuletha umkayo kumpristi, imlethele umnikelo wakhe, ube ngokweshumi kwe-efa* lempuphu yebhali,* angatheli mafutha kuyo, angabeki nanhlaka kuyo, ngokuba kungumnikelo wempuphu wesikhwele, umnikelo wempuphu wesikhumbuzo sokukhumbuza ngobubi. Uka jalj uñjjattʼätaContemporary Zulu Bible 202415 Khona-ke indoda kumelwe ilethe umkayo kumpristi, futhi kumelwe ilethe umnikelo wakhe, okweshumi kwe-efa likafulawa webhali; akayikuthela amafutha kuwo, angafaki nampepho phezu kwawo; ngoba kungumhlatshelo wokutshiseka, umnikelo wesikhumbuzo okhumbuza ububi. Uka jalj uñjjattʼäta |