Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia
- Anuncios ukanaka -




UNumeri 4:47 - IsiZulu 2020

47 kusukela kwabaneminyaka engama-30 kuze kube kwabaneminyaka engama-50, bonke abangena ukwenza umsebenzi wenkonzo nomsebenzi wokuthwala ethendeni lokuhlangana,

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

47 kusukela kwabaneminyaka engamashumi amathathu kuya phezulu kuze kube kwabaneminyaka engamashumi ayisihlanu, bonke abangena ukwenza umsebenzi wenkonzo nomsebenzi wokuthwala etendeni lokuhlangana,

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

Contemporary Zulu Bible 2024

47 kusukela kwabaneminyaka engamashumi amathathu kuya phezulu, kuze kufike kwabaneminyaka engamashumi ayisihlanu, bonke abeza ukwenza inkonzo yenkonzo nenkonzo yokuthwala etendeni lokuhlangana,

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




UNumeri 4:47
11 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

Njengokwezwi lokugcina likaDavide, leli yinani labozalo lukaLevi, kusukela kwabaneminyaka engama-20 kuya phezulu.


AbaLevi babalwa kusukela kwabaneminyaka engama-30 kuya phezulu. Inani labo laliyizi-38 000.


“Nxa u-Aroni namadodana akhe sebeqedile ukwemboza indawo engcwele nempahla yonke yendawo engcwele, lapho inkambu seyithutha, kuyakuza abozalo lukaKhohathi ukuzokuthwala, kodwa abayukuthinta lutho olungcwele ngokuba bayokufa. Lezi zinto zingumthwalo wabozalo lukaKhohathi ethendeni lokuhlangana.


kusukela kwabaneminyaka engama-30 kuya phezulu, kuze kufike kwabaneminyaka engama-50, bonke abangena ukuzokwenza umsebenzi ethendeni lokuhlangana.


kusukela kwabaneminyaka engama-30 kuya phezulu, kuze kube kwabaneminyaka engama-50, uyobabala bonke abangena ukuyokwenza umsebenzi ethendeni lokuhlangana.


Yilabo ababalwayo, bemindeni yamaKhohathi, bonke abakhonza ethendeni lokuhlangana, ababalwa nguMose no-Aroni njengesiyalezo sikaSimakade ngesandla sikaMose.


Bonke ababalwayo babaLevi, ababalwa nguMose no-Aroni nabaholi bakwa-Israyeli ngemindeni yabo nangezindlu zokhokho babo,


labo ababalwayo kubo, babeyizi-8 580.


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka