Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia
- Anuncios ukanaka -




UNumeri 36:2 - IsiZulu 2020

2 zathi: “USimakade wayiyala inkosi yami ukuba inike abantu bakwa-Israyeli izwe libe yifa labo ngonkatho. USimakade wayiyala futhi inkosi yami ukuba inike amadodakazi omfowethu uZelofehadi ifa lakhe, libe yifa lawo.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

2 zathi: UJehova wayiyala inkosi yami ukubanika abantwana bakwa-Israyeli izwe libe yifa labo ngenkatho; inkosi yami yayalwa futhi nguJehova ukuba ifa likaSelofehadi umfowethu iwanike lona amadodakazi akhe.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

Contemporary Zulu Bible 2024

2 Bathi: “INkosi yayala inkosi yami ukuba inike abantwana bakwa-Israyeli izwe libe yifa ngenkatho; futhi inkosi yami yayiyaliwe nguJehova ukuba ifa lomfowethu uSelofehadi linike amadodakazi akhe.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




UNumeri 36:2
8 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

Akufunyanwanga ezweni lonke abesifazane ababebahle njengamadodakazi kaJobe. Uyise wawabela ifa phakathi kwabafowabo.


Niyakulidla izwe ngonkatho, ngokwemindeni yakini, abaningi niyakubabela ifa elikhulu, nabayingcosana nibabele ifa elincane, noma kuphi lapho unkatho lumudla khona umuntu, kuyakuba ngelakhe; niyakulidla ifa ngokwezizwana zoyihlo.


Uma egana amadodana ezinye zezizwe zabakwa-Israyeli, ifa lawo liyakususwa efeni lokhokho bethu, lithasiselwe efeni laleso sizwana ayakugana kuso; lisuswe ezweni esilabelwe njengefa lethu.


zonke izakhamuzi zakwelezintaba, kusuka eLebhanoni kuya eMishirefothi Mayimi, nawo wonke amaSidoni. Mina luqobo ngizobaxosha phambi kuka-Israyeli; izwe ngilabele u-Israyeli kuphela, libe yifa lakhe njengalokhu ngikuyalile.


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka