Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia
- Anuncios ukanaka -




UNumeri 36:13 - IsiZulu 2020

13 Yileyo imiyalelo nezehlulelo uSimakade ayala ngakho abakwa-Israyeli, ngomlomo kaMose, ngesikhathi bekanise emathafeni kwaMowabi ngaseJordani, phesheya kweJerikho.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

13 Leyo iyimiyalo nezahlulelo uJehova ayala ngakho ngesandla sikaMose abantwana bakwa-Israyeli emathafeni akwaMowabi ngaseJordani ngaseJeriko.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

Contemporary Zulu Bible 2024

13 Le yimiyalo nezahlulelo uJehova ayala ngakho ngesandla sikaMose kubantwana bakwa-Israyeli emathafeni akwaMowabi ngaseJordani ngaseJeriko.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




UNumeri 36:13
12 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

“ ‘Lena yindlela yomthetho elandelwayo ngezilwane nezinyoni nezilwane zonke ezitshuza emanzini, nezilwane zonke ezinwabuzelayo emhlabeni,


Lena yindlela yomthetho eyakulandelwa esifeni sochoko engutsheni yoboya bezimvu noma kweyelineni noma ezintanjeni eziqondileyo noma kwezinqamulayo noma entweni yesikhumba, ukumemezela ukuthi kuhlambulukile noma kungcolile.


Lezi yizimiso nezehlulelo nemithetho okwamiswa nguSimakade phakathi kwakhe nabantu bakwa-Israyeli entabeni iSinayi, ngesandla sikaMose.


Le yimiyalo uSimakade ayala ngayo uMose ngabantu bakwa-Israyeli entabeni iSinayi.


Abakwa-Israyeli bahamba, bakanisa emathafeni akwaMowabi, phesheya kweJordani maqondana neJerikho.


UMose no-Eleyazare, umphristi, bakhuluma nabakwa-Israyeli emathafeni kwaMowabi ngaseJordani, phesheya kweJerikho, bathi:


USimakade wakhuluma kuMose emathafeni kwaMowabi ngaseJordani, phesheya kweJerikho, wathi:


USimakade wakhuluma kuMose emathafeni kwaMowabi ngaseJordani, phesheya kweJerikho, wathi:


Agana emindenini yozalo lukaManase, indodana kaJosefa, kwathi ifa lawo lahlala esizwaneni somndeni kayise.


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka