Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia
- Anuncios ukanaka -




UNumeri 32:15 - IsiZulu 2020

15 Uma nibuyela emuva ningamlandeli, uyophinde abashiye ehlane, nibhubhise bonke laba bantu.”

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

15 Ngokuba uma nibuyela emuva ekumlandeleni, uyakubuye abashiye ehlane, nize nibhubhise laba bantu.”

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

Contemporary Zulu Bible 2024

15 Ngokuba uma nimfulathela, uyakubuye abashiye ehlane; futhi uzobhubhisa sonke lesi sizwe.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




UNumeri 32:15
14 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

u-Azariya waphuma waya ku-Asa, wathi kuye: “Ngilaleleni, wena Asa noJuda wonke, noBhenjamini; uSimakade unani, uma ninaye, uma nimfuna niyakumfumana, kodwa uma nimshiya, naye uyakunishiya.


“Bonke abafazi bakho nezingane zakho bayobayisa kumaKhaledi. Wena awuyukuphunyuka esandleni sabo, kodwa isandla senkosi yaseBhabhele siyakukubamba, nalo muzi ushiswe ngomlilo.”


Basondela kuye, bathi: “Lapha sizokwakhela izimvu, izibaya nezingane zethu, imizi;


“Maye, kulo izwe ngenxa yezikhubekiso! Ngokuba izikhubekiso zimelwe ukufika, kodwa maye kulowo muntu esiza ngaye isikhubekiso!


Ngokuba uma umzalwane wakho ekhubeka ngenxa yokudla okudlayo, awusahambi ngothando. Ungambhubhisi ngokudla kwakho lowo amfelayo uKhristu.


Bafika ozalweni lukaRubeni nolukaGadi nasengxenyeni yesizwana sakwaManase kwaGileyadi, bathi kubo:


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka