Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia
- Anuncios ukanaka -




UNumeri 23:14 - IsiZulu 2020

14 Wamsusa lapho waya naye ensimini eZofimu, esiqongweni sentaba iPhisiga. Wakha ama-althare ayisikhombisa, kwathi kulelo nalelo althare wenza umnikelo ngenkunzi nenqama.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

14 Wamyisa ensimini yaseSofimu esiqongweni sasePisiga, wakha ama-altare ayisikhombisa, wanikela ngenkunzi nangenqama kulelo nalelo altare.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

Contemporary Zulu Bible 2024

14 Yamyisa ensimini yaseSofimi esiqongweni sasePisga, wakha ama-altare ayisikhombisa, wanikela ngenkunzi nangenqama kulelo nalelo altare.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




UNumeri 23:14
11 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

Abathulula igolide esikhwameni, balinganise isiliva esilinganisweni, baqashe umkhandisiliva ukuba enze unkulunkulu, bese bekhothama, bakhuleke.


Ngabe iGiliyadi selonakele? Impela abaselutho; bahlabe izinkunzi eGiligali, ngakho-ke ama-althare abo ayakuba njengenqwaba yamatshe emiseleni yamasimu.


Basuka eBhamothi, baya esifundeni sakwaMowabi nasesiqongweni iPhisiga, elibheke ezansi ngasehlane.


UBhalaki wathi kuye: “Woza sihambe, siye kwenye indawo lapho uzobabona khona; uzobona ingxenye yabo kuphela, hhayi bonke. Uma usulapho ungiqalekisele bona.”


UBhileyamu wathi: “Mana lapha maqondana nomnikelo wakho wokushiswa; mina ngizoyohlangana noNkulunkulu.”


UBhileyamu wathi kuBhalaki: “Ngakhele ama-althare ayisikhombisa lapha, bese ungilungisela izinkunzi eziyisikhombisa nezinqama eziyisikhombisa.”


Khuphukela esicongweni iPhisiga, uphakamisele amehlo akho ngasentshonalanga, enyakatho, eningizimu, nangasempumalanga, uzibonele ngokwakho, ngokuba awuyukuliwela leli Jordani.


UMose wakhuphuka emathafeni kwaMowabi, wenyukela entabeni iNebho, esicongweni iPhisiga esiqondene neJerikho. USimakade wamkhombisa lonke izwe lakwaGileyadi kuze kufike kwaDani,


nalo lonke i-Araba, phesheya kweJordani ngasempumalanga, kuze kube solwandle i-Araba phansi kwemithambeka iPhisiga.


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka