Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia
- Anuncios ukanaka -




UNumeri 2:25 - IsiZulu 2020

25 Ibhanela lenkambu yakwaDani liyakuba ngasenyakatho ngamabandla abo; umholi wabozalo lwabakwaDani kungu-Ahiyezeri indodana ka-Amishadayi.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

25 Ibhanela* lekamu lakwaDani liyakuba ngasenyakatho ngamabandla abo; isikhulu sabantwana bakwaDani siyakuba ngu-Ahiyezeri indodana ka-Amishadayi.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

Contemporary Zulu Bible 2024

25 Ibhanela lekamu lakwaDani liyakuba ngasenyakatho ngamabandla abo; u-Ahiyezeri indodana ka-Amisadayi uyakuba ngumbusi phezu kwabantwana bakwaDani.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




UNumeri 2:25
7 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

KwaDani: u-Ahiyezeri indodana ka-Amishadayi.


Abozalo lukaDani, ngokolibo lwemindeni yabo nangezindlu zawoyise njengokomumo wamagama, kusukela kwabaneminyaka engama-20 kuya phezulu, bonke abangaphuma impi:


Kwase kusuka ibhanela lenkambu yabozalo lukaDani, ngamabandla ayo, lona lalisemva kwazo zonke ezinye izinkambu. Owayelihola kwakungu-Ahiyezeri, indodana ka-Amishadayi.


Ibandla lakhe nalabo ababalwayo kubo babeyizi-62 700.


Umholi wendlu kakhokho wemindeni yamaMerari kwakunguZuriyeli, indodana ka-Abhihayili, bona bayakukanisa ohlangothini olungasenyakatho lwethabanakeli.


Ngosuku lweshumi kwakungu-Ahiyezeri, indodana ka-Amishadayi, umholi wabozalo lukaDani.


Okomhlatshelo weminikelo yokuthula kwakuyilokhu: izinkabi ezimbili, izinqama eziyisihlanu, izimpongo eziyisihlanu, izimvu zamaduna ezinonyaka eziyisihlanu; yilokho-ke okwanikelwa ngu-Ahiyezeri, indodana ka-Amishadayi.


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka