Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia
- Anuncios ukanaka -




UNumeri 2:12 - IsiZulu 2020

12 Abakanisa eceleni kwakhe ngabesizwana sakwaSimeyoni; umholi wabozalo lwabakwaSimeyoni kunguShelumiyeli indodana kaZurishadayi.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

12 Abamisa eceleni kwakhe bayakuba yisizwe sakwaSimeyoni; isikhulu sabantwana bakwaSimeyoni siyakuba nguShelumiyeli indodana kaSurishadayi.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

Contemporary Zulu Bible 2024

12 Abamisa eceleni kwakhe bayakuba yisizwe sakwaSimeyoni; futhi uSelumiyeli indodana kaSurisadayi uyakuba ngumbusi phezu kwabantwana bakwaSimeyoni.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




UNumeri 2:12
6 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

KwaSimeyoni: uShelumiyeli indodana kaZurishadayi.


Phezu kweqembu lesizwana sabozalo lukaSimeyoni kwakunguShelumiyeli, indodana kaZurishadayi.


Ibandla lakhe nalabo ababalwayo kulo babeyizi-46 500.


Ibandla lakhe nalabo ababalwayo kubo babeyizi-59 300.


Ngosuku lwesihlanu kwakunguShelumiyeli, indodana kaZurishadayi, umholi wabozalo lukaSimeyoni.


Okomhlatshelo weminikelo yokuthula kwakuyilokhu: izinkabi ezimbili, izinqama eziyisihlanu, izimpongo eziyisihlanu, izimvu zamaduna ezinonyaka eziyisihlanu; yilokho-ke okwanikelwa nguShelumiyeli, indodana kaZurishadayi.


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka