Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia
- Anuncios ukanaka -




UNumeri 17:11 - IsiZulu 2020

11 UMose wenza njengalokhu uSimakade ayemyalile. Wenza kanjalo-ke.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

11 UMose wenze njalo; njengalokho uJehova emyalile, wenze njalo-ke.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

Contemporary Zulu Bible 2024

11 UMose wenze njalo; njengalokho uJehova emyalile, wenze njalo.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




UNumeri 17:11
6 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

Wonke amacala afika kini evela kubafowenu abahlala emizini yabo phakathi kwegazi negazi, noma phakathi komthetho nomyalo, noma phakathi kwezimiso nezehlulelo, niyakubaxwayisa ngawo ukuba bangabi nacala kuSikamade, nehlelwe yintukuthelo nina nabafowenu. Niyokwenza kanjalo, ningabi nacala.


Uyohlaba impongo ibe ngumnikelo wesono wabantu, alethe igazi layo ngaphakathi kwesihenqo, enze ngalo njengalokhu enzile ngegazi lenkunzi, alifafaze phezu kwesihlalo somusa naphambi kwaso.


Uyakuyenzela kanjalo ukubuyisana indawo engcwele, ngenxa yokungcola kwabantu bakwa-Israyeli, nangenxa yeziphambeko zabo, nazo zonke izono zabo. Uyakulenzela kanjalo nethende lokuhlangana elihleli phakathi kokungcola kwabo.


Kepha inyama isephakathi kwamazinyo abo, bengakayihlafuni, ulaka lukaSimakade lwabavuthela abantu. USimakade wabashaya abantu ngobhubhane olukhulu.


USimakade wathi kuMose: “Buyisela intonga ka-Aroni ngaphambi kobufakazi, igcinwe ibe wuphawu kubahlubuki ukuba uqede ukukhononda kwabo ngami, ukuze bangafi.”


Abakwa-Israyeli bathi kuMose: “Uyabona-ke, siyabhubha, siyashabalala, siyaphela sonke ngothi lwethu.


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka