Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia
- Anuncios ukanaka -




UNumeri 16:18 - IsiZulu 2020

18 Bathatha yilowo nalowo isitsha sakhe sempepho bafaka kuzo amalahle base befaka nempepho. UMose no-Aroni bama ngasemnyango wethende lokuhlangana.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

18 Base bethatha, kwaba yilowo nalowo umcengezi wakhe womlilo, bafaka kuyo umlilo, babeka impepho ngaphezulu, bema ngasemnyango wetende lokuhlangana kanye noMose no-Aroni.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

Contemporary Zulu Bible 2024

18 Bathatha, kwaba yilowo nalowo umcengezi wakhe, bafaka umlilo kuwo, babeka impepho phezu kwayo, bema noMose no-Aroni emnyango wetende lokuhlangana.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




UNumeri 16:18
7 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

Kepha lapho esenamandla, inhliziyo yakhe yaqala ukuzikhukhumeza, waze waziphatha kabi, akethembeka kuSimakade uNkulunkulu, wangena ethempelini likaSimakade washisa impepho e-althare lempepho.


Uyothatha isitsha sempepho esigcwele amalahle omlilo ase-althare phambi kukaSimakade, nempepho egxotshiwe igcwele izandla zakhe zombili, angene nayo ngaphakathi kwesihenqo.


Uyoyibeka impepho emlilweni phambi kukaSimakade ukuze ifu lempepho lisibekele isihlalo somusa esiphezu kobufakazi, ukuze angafi.


Makube yilowo nalowo athathe isitsha sakhe sempepho, afake kuso impepho asilethe kuSimakade; izitsha zempepho ezingama-250, nawe kanjalo no-Aroni, izitsha zenu zempepho.”


UKhora wayeseqoqa yonke inhlangano, base bema ngasemnyango wethende lokuhlangana. Inkazimulo kaSimakade yabonakala kuyo yonke inhlangano.


“Yisho ku-Eleyazare, indodana ka-Aroni umphristi, ukuba akhiphe izitsha zempepho emlilweni, awuhlakaze, ngokuba ungcwele.


Wama phakathi kwabafileyo nabaphilayo; lwanqamuka ubhubhane.


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka