1 USimakade wakhuluma kuMose, wathi:
1 UJehova wakhuluma kuMose, wathi:
“ ‘ “Emikhosini nasemihlanganweni emisiweyo, umnikelo wokusanhlamvu uyakuba yi-efa ngenkunzi ne-efa ngenqama; ngamawundlu, kube ngangamandla aso, nehini lamafutha nge-efa.
Ama-Amaleki namaKhanani ayehlala kulelo lezintaba ehla abashaya, abaqothula, abahlakaza bagcwala izinkalo kwaze kwaba seHorma.
“Yisho kubantu bakwa-Israyeli, uthi kubo: ‘Uma nifika ezweni engizakuninika lona ukuba nihlale kulo,
iqoma lesinkwa esingenamvubelo, amaqebelengwane empuphu ecolisekileyo exovwe namafutha, namakhekheba angenamvubelo agcotshwe ngamafutha, nomnikelo wokusanhlamvu nowokuphuzwayo.