Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia
- Anuncios ukanaka -




UNumeri 14:15 - IsiZulu 2020

15 Manje uma ubabulala bonke laba bantu, lezi zizwe ziyakuthi: ‘Sizwile umbiko othi:

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

15 Manje-ke uma ubulala laba bantu njengomuntu munye, izizwe ezizwe udumo lwakho ziyakukhuluma zithi:

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

Contemporary Zulu Bible 2024

15 Uma ubulala bonke laba bantu njengomuntu munye, izizwe ezizwele udumo lwakho ziyakukhuluma zithi:

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




UNumeri 14:15
3 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

Abazukusho yini abaseGibhithe bathi: ‘Wabakhipha ehlose okubi, ukuba ababulalele ezintabeni, abaqothe baphele nya emhlabeni.’ Phenduka olakeni lwakho olukhulu, uguqule umqondo wakho, ungabehliseli okubi abantu bakho.


“Ngenxa yokuba uSimakade ubengenamandla okungenisa laba bantu ezweni afunga ngalo kubo, ngalokho-ke ubabhubhisile ehlane.”


USimakade wathi kuye: “Ngizokuba nawe, uyakubabulala abakwaMidiyani kungathi ubulala umuntu oyedwa.”


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka