Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia
- Anuncios ukanaka -




UNumeri 11:31 - IsiZulu 2020

31 Kwavuka umoya ovela kuSimakade, waletha izigwaca zivela ngasolwandle, waziwisa ngasenkanjini kungathi ibanga losuku ngalapha, nebanga losuku nangale kwenkambu, nxazonke. Ukuphakama kwazo phezu komhlaba kungathi ngamakhubhithi amabili.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

31 Kwavuka umoya ovela kuJehova, waletha izigwaca zivela ngaselwandle, waziwisa ngasekamu* kungathi ibanga losuku ngalapha nebanga losuku ngalapha kwekamu nxazonke, nokuphakama phezu komhlaba kungathi izingalo ezimbili.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

Contemporary Zulu Bible 2024

31 Kwasekuphuma umoya ovela eNkosini, waletha izagwaca ezivela elwandle, zawela enkambeni, njengohambo losuku ngapha langapha, ikamu inkamba, lanjengohambo losuku ngalapha. Ukuphakama kwawo kwakuyizingalo ezimbili ebusweni bomhlaba.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




UNumeri 11:31
9 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

Bacela, waletha izigwaca, wabasuthisa ngesinkwa sasezulwini.


Wabanika abakufisayo, kodwa wabathumela ngesifo esincunzayo.


Ukhuphula izinkungu emikhawulweni yomhlaba, enze imibani ibe yimvula, akhiphe umoya ezinqabeni zakhe.


UMose welula induku yakhe phezu kweGibhithe; uSimakade wayesethumela umoya wasempumalanga ezweni imini nobusuku, ekuseni umoya wasempumalanga waletha isikhonyane.


USimakade wayesewuguqula umoya waba ngumoya onamandla wasentshonalanga, waphephula isikhonyane wasithela oLwandle Lomhlanga, kwangasala nayinye intethe eGibhithe.


Uphephethe ngomoya wakho, ulwandle lwabemboza, bacwila njengomthofu emanzini anamandla.


Kusihlwa kwakhuphuka izigwaca zemboza enkanjini; ekuseni kwakulele amazolo ezungeze enkanjini.


UMose wangena enkanjini, yena namalunga abakwa-Israyeli.


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka