UNumeri 11:26 - IsiZulu 202026 Kepha kwakusele amadoda amabili enkanjini. Igama leyokuqala kwakungu-Elidadi, negama leyesibili kunguMedadi. Umoya wahlala phezu kwawo; ayephakathi kwalawo ayebhalisiwe, kodwa ayengayanga ethendeni, nawo aphrofetha enkanjini. Uka jalj uñjjattʼätaIBHAYIBHELI ELINGCWELE26 Kodwa kwasala amadoda amabili ekamu,* igama lenye lalingu-Elidadi, igama leyesibili linguMedadi; umoya wayehlala phezu kwawo; ayephakathi kwalawo alotshiweyo, kepha awayanga etendeni; aprofetha ekamu. Uka jalj uñjjattʼätaContemporary Zulu Bible 202426 Kwasala amadoda amabili ekamu, igama lenye lalingu-Elidadi, igama lenye lalinguMedadi; umoya wahlala phezu kwabo; bangababala, kepha babengaphumi ukuya etabernakele; baprofetha ekamu. Uka jalj uñjjattʼäta |