UNumeri 10:9 - IsiZulu 20209 Kuyothi lapho niphuma impi ezweni lakini ukuyokulwa nesitha esinihlaselayo, nihlabe umkhosi ngamacilongo. USimakade uNkulunkulu wenu uyonikhumbula, anisindise ezitheni zenu. Uka jalj uñjjattʼätaIBHAYIBHELI ELINGCWELE9 Nxa niphuma impi ezweni lakini ukuyokulwa nesitha esinicindezelayo, khona niyakuhlaba umkhosi ngamacilongo, nikhumbuleke phambi kukaJehova uNkulunkulu wenu, nisindiswe ezitheni zenu. Uka jalj uñjjattʼätaContemporary Zulu Bible 20249 Futhi uma nilwa ezweni lakini ngokumelene nesitha esinicindezelayo, kufanele nihlabe umkhosi ngamacilongo; uyakukhunjulwa phambi kukaJehova uNkulunkulu wakho, ukhululwe ezitheni zakho. Uka jalj uñjjattʼäta |