Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia
- Anuncios ukanaka -




UNumeri 10:11 - IsiZulu 2020

11 Kwathi ngonyaka wesibili, ngenyanga yesibili, ngolwa-20 lwenyanga, ifu laphakanyiswa phezu kwethabanakeli lobufakazi.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

11 Kwathi ngomnyaka wesibili ngenyanga yesibili ngolwamashumi amabili lwenyanga ifu lenyuswa etabernakele* lobufakazi.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

Contemporary Zulu Bible 2024

11 Kwathi ngomnyaka wesibili wenyanga yamashumi amabili enyangeni yesibili ifu lenyuswa etendeni lobufakazi.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




UNumeri 10:11
8 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

Ngenyanga yokuqala ngonyaka wesibili, ngosuku lokuqala lwenyanga, ithabanakeli lamiswa.


“Ngosuku lokuqala lwenyanga yokuqala uyakulimisa ithabanakeli lethende lokuhlangana.


Ngosuku lokuqala lwenyanga yesibili ngonyaka, wesibili abakwa-Israyeli bephumile eGibhithe, uSimakade wakhuluma kuMose ehlane iSinayi ethendeni lokuhlangana, wathi:


USimakade wakhuluma kuMose ehlane iSinayi ngonyaka wesibili ngenyanga yokuqala bephumile eGibhithe, wathi:


Ngenyanga yesibili, ngosuku lwe-14, kusihlwa; bayakuligcina balidle nesinkwa esingenamvubelo nemifino ebabayo.


Bayolenza iphasika ehlane iSinayi ngenyanga yokuqala, ngosuku lwe-14, kusihlwa, njengakho konke uSimakade ayemyale ngakho uMose, abantu bakwa-Israyeli benza kanjalo-ke.


“USimakade uNkulunkulu wethu wakhuluma kithi eHorebhe, wathi: ‘Senihlale isikhathi eside kule ntaba;


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka