Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia
- Anuncios ukanaka -




UNumeri 1:30 - IsiZulu 2020

30 Abozalo lukaZebuloni, ngokolibo lwemindeni yabo nangezindlu zawoyise njengokomumo wamagama, kusukela kwabaneminyaka engama-20 kuya phezulu, bonke abangaphuma impi:

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

30 Kubantwana bakwaZebuloni, izizukulwane zabo ngemindeni yabo nangezindlu zawoyise njengokomumo wamagama, kusukela kwabaneminyaka engamashumi amabili kuya phezulu, bonke abangaphuma impi:

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

Contemporary Zulu Bible 2024

30 Kubantwana bakwaZebuloni, ngemindeni yabo, ezizukulwaneni zabo nangezindlu zawoyise ngokwenani lamagama, kusukela kwabaneminyaka engamashumi amabili kuya phezulu, bonke abangaphuma;

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




UNumeri 1:30
7 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

ULeya wathi: “UNkulunkulu ungiphe isipho esiyigugu. Umyeni wami usezongazisa manje ngoba sengimzalele amadodana ayisithupha.” Ngakho-ke wayiqamba igama wathi nguZebuloni.


Amadodana kaZabuloni, kwakunguSeredi, u-Eloni, noJaleli.


“UZabuloni uyokwakha ngasogwini lolwandle, abe ngasechwebeni lemikhumbi, imingcele yakhe iyoze ishaye eSidoni.


labo ababalwayo kubo, abesizwe sakwa-Isakhare, babeyizi-54 400.


labo ababalwayo kubo, abesizwana sakwaZebuloni, babeyizi-57 400.


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka