UNehemiya 7:3 - IsiZulu 20203 Ngathi kubo: “Amasango aseJerusalema mabangawavuli lize liphakame ilanga, kusihlwa basheshe bavale imigoqo nezicabha, ngesikhathi abaqaphi besaqaphile ezindaweni zabo. Ngabuye ngathi mabaqoke abaqaphi phakathi kwabantu abahlala eJerusalema, babamise ezindaweni ezithile, abantu behle benyuka bezungeza indawo eseduze nemizi yabo.” Uka jalj uñjjattʼätaIBHAYIBHELI ELINGCWELE3 Ngathi kubo: “Amasango aseJerusalema mawangavulwa lize lishise ilanga; besemi, mabavale izivalo, baziqinise; bekani abalindi kwabakhileyo eJerusalema, kube yilowo nalowo emlindweni wakhe, yilowo abe malungana nendlu yakhe.” Uka jalj uñjjattʼätaContemporary Zulu Bible 20243 Ngathi kubo: “Amasango eJerusalema makangavulwa lize lishise ilanga; futhi lapho bemi lapho, kumelwe bavale iminyango bayivale; nibeke abalindi kwabakhileyo eJerusalema, kube yilowo nalowo endaweni yakhe yokulinda, kube yilowo nalowo malungana nendlu yakhe. Uka jalj uñjjattʼäta |