Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia
- Anuncios ukanaka -




UNehemiya 6:18 - IsiZulu 2020

18 ngokuba abaJuda abaningi babenesibopho sesifungo ababesenze naye, ngoba wayeganwe yindodakazi kaShekhaniya, indodana ka-Ara, indodana yakhe, uJehohanani, iganwe yindodakazi kaMeshulami, indodana kaBherekhiya.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

18 Ngokuba abaningi bakwaJuda babefungile kubo, ngokuba wayengumkhwenyana kaShekaniya indodana ka-Ara; indodana uJehohanani yayithathile indodakazi kaMeshulamu indodana kaBerekiya.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

Contemporary Zulu Bible 2024

18 Ngokuba babebaningi kwaJuda abafunga kuye, ngokuba wayengumkhwenyana kaSheganiya indodana ka-Ara; indodana yakhe uJohanani yathatha indodakazi kaMesulamu indodana kaBeregiya.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




UNehemiya 6:18
7 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

Amadodana kaHananiya: kwakunguPhelathiya, uJeshaya, amadodana kaRefaya, amadodana ka-Arinani, amadodana ka-Obhadiya, namadodana kaShekhaniya.


aboluka-Ara babengama-775,


Ingxenye elandelayo yakhiwa nguHananiya, indodana kaShelemiya noHanuni, indodana kaZalafi yesithupha. Ingxenye elandelayo yakhiwa nguMeshulamu, indodana kaBherekhiya, ngoba yayiphambi komuzi wakhe.


Ingxenye elandelayo yalungiswa nguMeremothi, indodana ka-Uriya, umzukulu kaHakozi. Elandelayo yakhiwa nguMeshulami, indodana kaBherekhiya, umzukulu kaMeshezabheli. Ingxenye elandelayo yakhiwa nguZadoki, indodana kaBhahana.


Phezu kwalokho izikhulu zakwaJuda, ngalezo zinsuku, zazibhalelana noThobiya,


Phambi kwami, babehlale betusa izenzo zakhe ezinhle; bembikela ngakho konke engangikusho. UThobiya wayengithumelela izincwadi zokungesabisa.


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka