UNehemiya 5:7 - IsiZulu 20207 Ngacabangisisa ngalolu daba, izikhulu nabaholi ngababeka icala, ngathi kubo: “Nina nonke nibakhokhisa inzalo abantu bakini.” Ngabiza ibandla elikhulu ukuba libhekane nabo. Uka jalj uñjjattʼätaIBHAYIBHELI ELINGCWELE7 Inhliziyo yami isicabangile, ngathethisana nabakhulu nababusi, ngathi kubo: “Nina nonke nibiza inzalo omunye komunye.” Ngase ngibiza ibandla elikhulu ngabo. Uka jalj uñjjattʼätaContemporary Zulu Bible 20247 Ngase ngiceba phakathi kwami, ngabasola abakhulu nababusi, ngathi kubo: Nibiza inzalo, kube yilowo nalowo kumfowabo. Futhi ngabamisela ibandla elikhulu. Uka jalj uñjjattʼäta |