UNehemiya 5:18 - IsiZulu 202018 Ngalolo nalolo suku kwakuhlatshwa inkabi nezimvu zekhethelo eziyisithupha, ngilungiselwe nezinkukhu. Kwakukhishwa iwayini eliningi, kanye ezinsukwini eziyishumi. Ngangazi ukuthi abantu bathwele umthwalo onzima kangakanani, ngakho-ke angizange ngisifune isabelo sombusi. Uka jalj uñjjattʼätaIBHAYIBHELI ELINGCWELE18 Okwalungiselwa usuku lwaba lunye nje kwakuyinkabi nezimvu eziyisithupha ezikhethekileyo; ngalungiselwa nezinyoni newayini eliningi lezinhlobo zonke kanye ngezinsuku eziyishumi; nokho angicelanga isinkwa sombusi, ngokuba ubugqila babusinda phezu kwalaba bantu. Uka jalj uñjjattʼätaContemporary Zulu Bible 202418 Futhi okwakulungiselelwa mina imihla ngemihla kwakuyinkomo eyodwa nezimvu eziyisithupha ezikhethiweyo; kwalungiselelwa mina nezinyoni, kwaqoqwa kanye ngezinsuku eziyishumi zonke izinhlobo zewayini; nokho angisibizanga isinkwa sombusi, ngokuba ubugqila babunzima phezu kwalaba bantu. Uka jalj uñjjattʼäta |