Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia
- Anuncios ukanaka -




UNehemiya 4:22 - IsiZulu 2020

22 Ngaleso sikhathi ngabuye ngayala bonke abantu, ngathi: “Yilowo nalowo nenceku yakhe mabahlale phakathi eJerusalema ukuze basiqaphe ebusuku, basebenze emini.”

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

22 Kanjalo ngaleso sikhathi ngathi kubantu: “Yilowo nalowo kahlale nenceku yakhe phakathi kweJerusalema ukuba zibe ngabalindi bethu ebusuku, zisebenze emini.”

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

Contemporary Zulu Bible 2024

22 Ngaso leso sikhathi ngathi kubantu: “Yilowo nalowo makalale nenceku yakhe eJerusalema, ukuze zibe abalindi bethu ebusuku, basebenze emini.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




UNehemiya 4:22
3 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

Saqhubeka kanjalo nokusebenza, enye ingxenye ihlome ngemikhonto ilungele ukulwa, kusukela entathakusa kuze kuqhakaze izinkanyezi.


Mina-ke, abafowethu, izinceku zami namadoda ayengabaqaphi ayengilandela, asizange sizikhumule izimpahla zethu; yilowo nalowo wayephethe isikhali ngesandla sakhe.


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka