Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia
- Anuncios ukanaka -




UNehemiya 3:31 - IsiZulu 2020

31 Ingxenye elandelayo yakhiwa nguMalikhija, umkhandigolide, kusukela endlini eyayisetshenziswa ngamadoda ayesebenza ethempelini nabahwebi, eyayingasesangweni iMifikhadi, eduze nendlu ephezu kogange, ejikeni elisenyakatho mpumalanga yalo.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

31 Emva kwakhe kwalungisa uMalikhiya, omunye wabakhandi begolide, kwaze kwaba sendlini yamaNethini* neyabathengi malungana neSango Lokubala, kwaze kwaba nasekamelweni eliphezulu laseGumbini.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

Contemporary Zulu Bible 2024

31 Emva kwakhe kwalungisa uMalkhiya indodana yomkhandi kuze kufike endaweni yezinceku zethempeli neyabathengi malungana neSango laseMifkadi kuze kufike endaweni ephakemeyo yegumbi.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




UNehemiya 3:31
4 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

kaMikhayeli, kaBhahaseya, kaNalikhiya,


Ingxenye elandelayo yakhiwa nguHananiya, indodana kaShelemiya noHanuni, indodana kaZalafi yesithupha. Ingxenye elandelayo yakhiwa nguMeshulamu, indodana kaBherekhiya, ngoba yayiphambi komuzi wakhe.


Abakhandigolide, nabahwebi bakha ingxenye yokugcina, kusukela endlini esejikeni kuze kuyofika eSangweni Lezimvu.


Ingxenye elandelayo yakhiwa ngu-Uziyeli, indodana kaHarihaya, umkhandigolide. Elandelayo yayihamba ize iyofika oGangeni Olukhulu, yona yakhiwa kabusha nguHananiya, owayenza amakha.


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka