UNehemiya 13:4 - IsiZulu 20204 Ngaphambi kwalokho, u-Eliyashibhi, umphristi owayengamele amagumbi endlu kaNkulunkulu wethu, eyisihlobo sikaThobiya, Uka jalj uñjjattʼätaIBHAYIBHELI ELINGCWELE4 Ngaphambi kwalokho u-Eliyashibi, umpristi, owayemiselwe amakamelo endlu kaNkulunkulu wethu, isihlobo sikaThobiya, Uka jalj uñjjattʼätaContemporary Zulu Bible 20244 Ngokuba u-Eliyashibi umpristi, owayengamele ikamelo lendlu kaNkulunkulu wethu, wayengumngane kaThobiya. Uka jalj uñjjattʼäta |
Ngalolo lusuku kwaqokwa amadoda okuqapha amagumbi lapho kwakugcinwe khona izipho ethempelini; izithelo zokuqala, nokweshumi kwamabele, nokwezithelo, minyaka yonke. Lawo madoda ayehambele yonke imizi ukuyoqoqa umkhiqizo owawunikelelwa ukunakekela abaphristi nabaLevi, njengalokhu kubhaliwe emthethweni. Bonke abantu bakwaJuda babewuthokozela umsebenzi owenziwa ngabaphristi nabaLevi,