UNehemiya 13:19 - IsiZulu 202019 Manje sengishaya umthetho wokuthi amasango eJerusalema ahluthulelwe ngaphambi kokuqala kweSabatha, aze avulwe lapho sekwedlule iSabatha. Ngizobeka ezinye zezinceku zami emasangweni ukuze zibheke ukuthi akukho lutho olungeniswa emzini ngeSabatha. Uka jalj uñjjattʼätaIBHAYIBHELI ELINGCWELE19 Kwathi lapho amasango aseJerusalema eseqala ukuba mnyama lingakafiki isabatha, ngathi mazivalwe izivalo, ngathi futhi mazingavulwa lize lidlule isabatha, ngabeka ezinye izinceku zami ngasemasangweni ukuba kungangeniswa mthwalo ngosuku lwesabatha. Uka jalj uñjjattʼätaContemporary Zulu Bible 202419 Kwathi lapho amasango eJerusalema eqala ukuhwalala ngaphambi kwesabatha, ngathi ma avalwe amasango futhi ngathi avulwe kuphela ngemva kwesabatha; amasango, ukuze kungangeniswa mthwalo ngosuku lwesabatha. Uka jalj uñjjattʼäta |
Ngathi kubo: “Amasango aseJerusalema mabangawavuli lize liphakame ilanga, kusihlwa basheshe bavale imigoqo nezicabha, ngesikhathi abaqaphi besaqaphile ezindaweni zabo. Ngabuye ngathi mabaqoke abaqaphi phakathi kwabantu abahlala eJerusalema, babamise ezindaweni ezithile, abantu behle benyuka bezungeza indawo eseduze nemizi yabo.”