Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia
- Anuncios ukanaka -




UNehemiya 12:36 - IsiZulu 2020

36 nabafowabo uShemaya, u-Azareli, uMilalayi, uGilalayi, uMahayi, uNethaneli, uJuda noHanani, bephethe izinto zokubethwa zikaDavide, umuntu kaNkulunkulu; u-Ezra, umbhali, engaphambi kwabo.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

36 nabafowabo oShemaya, no-Azareli, noMilalayi, noGilalayi, noMahayi, noNethaneli, noJuda, noHanani, bephethe izinto zokubethwa zikaDavide, umuntu kaNkulunkulu; u-Ezra, umbhali, wayengaphambi kwabo.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

Contemporary Zulu Bible 2024

36 Abafowabo, oShemaya, no-Asareli, noMilalayi, noGilalayi, noMahayi, noNethaneli, noJuda, noHanani, benezinsimbi zokubethwa zikaDavide umuntu kaNkulunkulu, no-Ezra, umbhali, phambi kwabo.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




UNehemiya 12:36
8 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

Abayizi-4 000 bayoba ngabalindisango, kuthi abayizi-4 000 badumise uSimakade ngezinto engazenzela ukudumisa.


Njengokomthetho kayise uDavide, abaphristi wabamisa ngokwezigaba zabo enkonzweni, nabaLevi ezikhundleni zabo, ukuba badumise, bakhonze phambi kwabaphristi njengemfanelo imihla ngemihla. Abalindimasango nabo wabamisa ngezigaba zabo emasangweni; kulelo nakulelo sango, ngokuba uDavide, umuntu kaNkulunkulu, wayeyale ukuba kube kanjalo.


Emveni kwalokho, ngesikhathi sokubusa kwenkosi u-Arithahishashitha ePheresiya, u-Ezra, indodana kaSeraya, ka-Azariya kaHilikiya,


Nantu uhla lwezinhloko zemindeni ezazisekuthunjweni eBhabhele, ezabuya no-Ezra eJerusalema ngesikhathi sokubusa kwenkosi u-Arithahishashitha:


Izinhloko zabaLevi nazi: uHashabhiya, uSherebhiya noJeshuwa, indodana kaKadimiyeli, nabafowabo bebhekene nabo bedumisa, bebonga njengemiyalo kaDavide, umuntu kaNkulunkulu, isigaba sibhekene nesigaba.


namadodana athile abaphristi ephethe amacilongo: uZakhariya kaJonathani, kaShemaya, kaMathaniya, kaMikhaya, kaZakhuri, ka-Asafa


Bacula amaculo ngohambu, benze izimfijoli njengoDavide.


Kwa-Isakhare: uNethaneli indodana kaZuwari.


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka