Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia
- Anuncios ukanaka -




UNahume 3:17 - IsiZulu 2020

17 Abalindi bakho banjengokhumbintethe, nezikhulu zakho zifana nequlu lesikhonyane sihlezi odongeni ngosuku lwamakhaza, kuthi lapho kuphuma ilanga sindize, singabe sisaziwa ukuthi sikuyiphi indawo.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

17 Izikhulu zakho zinjengezinkumbi, nezinduna zakho zinjengamaqulo esikhonyane esihlezi phakathi kwezingange ngosuku olumakhaza, kepha lapho liphuma ilanga, sindize simuke, ingabe isaziwa indawo yaso ukuthi iphi.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

Contemporary Zulu Bible 2024

17 Umqhele wakho unjengesikhonyane, nezikhulu zakho zinjengesikhonyane esikhulu esimisa ezintangeni ngosuku lwamakhaza, kepha ekuphumeni kwelanga ziyabaleka, nendawo yaso ingaziwa ukuthi ziphi.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




UNahume 3:17
4 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

“Phakamisani ibhanela ezweni, nishaye icilongo ezizweni, nivivise izizwe ukuba zilwe nalo, nibize imibuso yase-Ararathi, yaseMini nase-Ashikhenaze, ilihlasele. Nibeke induna yamabutho amelane nalo, nithumele khona amahhashi anjengequlu lesikhonyane.


Abafokazi bezizwe ezinonya, bawunqumile, base bewushiya. Amagatsha awo awele ezintabeni nasezigodini, kwathi amagatsha awo aphukela kuyo yonke imifudlana yezwe, futhi bonke abantu basukile emthunzini wawo, bawushiya kanjalo.


Phangani isiliva! Phangani igolide! Ngokuba akupheli okubekiweyo ngobuningi, nakho konke okuyigugu.


Isikhonyane sasifana namahhashi aboshelelwe ukuya empini, emakhanda aso kukhona okufana nemiqhele enjengegolide, ubuso baso bufana nobuso babantu.


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka