Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia
- Anuncios ukanaka -




UNahume 3:13 - IsiZulu 2020

13 Bheka nje, abantu bakho onabo bangamanina. Amasango ezwe lakho avulekele izitha zakho, umlilo uyakungqongqisa imigoqo yakho.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

13 Bheka, abantu bakho phakathi kwakho bangabesifazane nje; amasango ezwe lakho avulekele impela izitha zakho, umlilo udlile imigoqo yakho.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

Contemporary Zulu Bible 2024

13 Bheka, abantu bakho phakathi kwakho bangabesifazane; amasango ezwe lakho ayovulelwa kakhulu izitha zakho; umlilo uyodla izingidi zakho.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




UNahume 3:13
11 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

Ngokuba wephule amasango ethusi, wanquma imigoqo yensimbi.


ngokuba imigoqo yamasango uyiqinisile, ubabusisile abantwana bakho ngaphakathi kwakho.


Ngalolo lusuku abaseGibhithe bayofana nabesifazane, bathuthumele ngukwesaba, ngenxa yesandla sikaSimakade Wamabandla esimelene nabo.


Inkemba ifike phezu kwabaphrofethi bamanga, babe yiziwula; inkemba ifike phezu kwamaqhawe alo, aphele amandla.


Inkemba ifike phezu kwamahhashi alo, izinqola zalo, naphezu kwayo yonke ingxubevange yabantu ekulo, babe njengabesifazane; inkemba ifike phezu kwengcebo yalo, ize iphangwe.


Amaqhawe aseBhabhele aseyekile ukulwa, asehlala ezinqabeni zawo; aphelelwe ngamandla, anjengamanina; izindlu zalo zishisiwe, imigoqo yalo inqanyuliwe.


Amaqhawe akho, Themani, ayakuthuthumela, ukuze kube yilowo nalowo abulawe ngokunqunywa entabeni yakwa-Esawu.


Amasango emifula asevuliwe, isigodlo siyabhidlika.


Kunqunyiwe ngalo, liyambulwa, liyathunjwa, nezincekukazi zalo ziyalila njengokukhala kwamajuba, azishaya phezu kwezinhliziyo.


Lapho uyakukungqongqiswa ngumlilo, udliwe yinkemba, ikudle njengesikhonyane, zandise njengokhumbintethe, uzandise njengesikhonyane!


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka