UNahume 2:11 - IsiZulu 202011 Uphi umphandu wezingonyama, nedlelo lamawundlu ezingonyama, lapho kwahamba khona ingonyama nengonyakazi newundlu lengonyama, lapho kungekho khona okwesabisayo na? Uka jalj uñjjattʼätaIBHAYIBHELI ELINGCWELE11 Uphi umphandu wezingonyama, nedlelo lamabhongo ezingonyama, lapho kwahamba ingonyama nengonyamakazi nebhongo lengonyama, kungekho okwesabisayo na? Uka jalj uñjjattʼätaContemporary Zulu Bible 202411 Iphi indawo yokuhlala yezingonyama nedlelo lamabhongo ezingonyama, lapho kwahamba khona ingonyama, yebo, nebhongo lengonyama, newundlu lengonyama, kungekho obesabisa na? Uka jalj uñjjattʼäta |
Usho kanje uSimakade kimi, uthi: “Njengengonyama ibhodla, nebhongo lengonyama ligwavuma phezu kwenyamazane, aliphazanyiswa wumsindo wokumemeza kwabelusi abaningi abasuke bebizwe ukumelana nalo, futhi alithikanyezwa ngumsindo wabo, kanjalo uSimakade Wamabandla uyokwehla ukuba alwe entabeni iZiyoni nasegqumeni layo.