UmShumayeli 2:10 - IsiZulu 202010 Noma yikuphi amehlo ami ayekufuna, ngangingawancishi; inhliziyo yami angiyincishanga intokozo, ngokuba yona yathola ukuthokoza kuwo wonke umshikashika wami, lokho kwaba ngumklomelo wami wawo wonke umshikashika wami. Uka jalj uñjjattʼätaIBHAYIBHELI ELINGCWELE10 Konke amehlo ami akufisayo angikugodlanga kuwo; angenqabelanga inhliziyo yami neyodwa intokozo, ngokuba inhliziyo yami yathokoza ngawo wonke umshikashika wami; lokho kwakuyisabelo sami kuwo wonke umshikashika wami. Uka jalj uñjjattʼätaContemporary Zulu Bible 202410 Noma yini amehlo ami ayeyifisa, angiyithandanga, angiyigodlanga inhliziyo yami kunoma iyiphi intokozo; ngokuba inhliziyo yami yayithokoza ngawo wonke umshikashika wami, lokhu kwaba yisabelo sami kuwo wonke umshikashika wami. Uka jalj uñjjattʼäta |